Qhebeza Lapha Ukufaka i-Silverlight *
ZuluShintsha|Zonke Izingosi Zakwa-Microsoft
Microsoft
Cinga
Ukucinga Okuthuthukisiwe

Windows® XP isiZulu Interface Pack 

Incazelo Esheshayo
Ama-Language Interface Pack (LIP) eWindows XP Professional no Windows XP Home Edition ahlinzeka izimakethe zezilimi ezifufusayo nezimbalwa ngoxhumano nomsebenzisi oluhunyushiwe.

Kuleli khasi

Ukufakazela Kuyadingeka

Le fayela elandwayo iyatholakala kumakhasimende asebenzisa i-genuine Microsoft Windows (iMicrosoft Windows yoqobo). Sicela uchofoze inkinobho u-Qhubeka ukuze uqale ukufakazela i-Windows. Njengoba kuchazwe kuyi-privacy statement, U-Microsoft ngeke akusebenzise ukwaziswa okuqoqwe ngesikhathi sokufakazelwa kohlelo ukuze athole ukwaziswa ngawe noma axhumane nawe.

Abasebenzisi be-Windows Vista kumelwe baqinisekise ukuthi bayaphumelela ezimfunekweni zokufakazelwa kweMicrosoft Genuine ukuze kube lula ngezinhlelo zeminye imikhiqizo ukuba zisebenze futhi bathole izinhlelo zokuvuselela kanye nokusekelwa komkhiqizo zakwa-Microsoft. Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe, yiya kwi- Windows Genuine Advantage FAQ ,.


Imininingwane Esheshayo
Igama Lefayela:LIPSetup.msi
Uhlelo:1
Usuku Ekhishwe Ngalo:2006/04/05
Ulimi:IsiZulu
Usayizi Wefayela Eyehliswayo:4.6 MB
Isikhathi esilinganiselwa ukwehlisa: 12 umz 56K

Shintsha Ulimi
  

Amabalengwe

I-Interface Pack yeWindows XP family yesiZulu ihlinzeka i-User Interface yesiZulu kwisamba esikhulu se Windows XP User Interface. Le Interface Pack yesiZulu izodinga ukuqinisekiswa kwe-Microsoft Windows yakho ngenkathi yokufakelwa. uQinisekiso lukunikeza iqholo lokuthi usebenzisa ikhophi ye-Windows yangoqobo futhi egunyazwe ngokugcwele. Siza uvakashele u-Genuine Microsoft Software ukuze ufunde kabanzi ngezinzuzo zokusebenzisa isofthiwe ye-Windows yangoqobo.

 Ekuqaleni kwekhasi

Izimfuneko Zesistimu

  • Ama-Operating System Asekelwe: Windows XP
• Ama-Operating Systems asekelwe: awohlobo lwe-32-bit esiNgisi ane Service Pack 2 (SP2)
• 5 Mb wesikhala esikhululekile sokwehlisa
• 15 Mb wesikhala esikhululekile se-sethaphu

 Ekuqaleni kwekhasi

Imiyalelo

Le fayela elandwayo iyatholakala kwabasebenzisa i- genuine Microsoft Windows (iMicrosoft Windows yoqobo). Chofoza inkinobho u-Qhubeka engxenyeni ethi Ukufakazela Okudingekayo ngenhla ukuze uqalise inqubo emfushane yokufakazela. Uma usuyifakazele, uzobuyiselwa kuleli khasi elineziyalezo ezikhethekile zokuthola ifayela oyilandayo.

 Ekuqaleni kwekhasi


©2009 Microsoft Corporation. All rights reserved. Thintana Nathi |Terms of Use |Trademarks |Privacy Statement