
I-Internet Explorer 10 ye-Windows 7 Isibuyekezo sebhithi engu-64 kanye ne-Windows Server 2008 R2 Isibuyekezo sebhithi engu-64
Incazelo Esheshayo
I-Internet Explorer 10 iyashesha futhi iyashelela, futhi yenza amawebhusayithi akho aqhakaze futhi asebenze njengama-app endawo ku-PC yakho.
Kuleli khasi
Imininingwane Esheshayo
| Igama Lefayela: | IE10-Windows6.1-x64-zu-za.exe |
| Uhlelo: | 10.0.9200.16521 |
| Ama-Athikili eKnowledge Base (KB) | KB2718695 |
| Usuku Ekhishwe Ngalo: | 2013/02/25 |
| Ulimi: | IsiZulu |
| Usayizi Wefayela Eyehliswayo: | 43.1 MB |
| Isikhathi esilinganiselwa ukwehlisa: | 1 hr46 umz 56K |
|
| Shintsha Ulimi | |
Amabalengwe
I-Internet Explorer 10. Iyashesha futhi iyashelela eye-Windows 7.
-
Iyashesha: I-Internet Explorer 10 isebenzisa amandla angakasetshenziswa e-PC yakho, ikulethela amakhasi agcwele imifanekiso egqamile, ividiyo eshelela kakhudlwana, kanye nokuqukethwe okusebenzisanayo.
-
Ilula: Jabulela iwebhu ngendlela ofuna ngayo ngamasayithi aqhaniwe, Ukuhlola Isipelingi okwakhelwe ngaphakathi, kanye nokuhlanganisa okushelelayo ne-PC yakho esebenzisa i-Windows 7.
-
Iphephe Kakhudlwana: Izici ezithuthukisiwe ezifana neSicwengi se-SmartScreen kanye noKuvikeleka Kokulandelela zikuvumela ukuba uqaphele izinto ezisongela i-PC yakho nobumfihlo bakho.
Ekuqaleni kwekhasi
Izimfuneko Zesistimu
- Ama-Operating System Asekelwe: Windows 7 Service Pack 1
-
Ikhompyutha/ Iphrosesa: Ikhompyutha enephrosesa engu-233MHz noma ngaphezulu (kunconywa iphrosesa ye-Pentium)
-
Inkumbulo: u-512MB
-
Isikhala Sehadi Drayivu:u-70MB
-
Isibonisi: I-Super VGA (800 x 600) noma imonitha enokucaca okungaphezulu enemibala engu-256.
-
Okuxhunywayo: Imodemu noma uxhumano lwe-Inthanethi; Ingundane lakwa-Microsoft, i-Microsoft IntelliMouse, noma idivayisi ehambelanayo.
Ekuqaleni kwekhasi
Imiyalelo
-
Qhafaza inkinobho ethi Ehlisa kuleli khasi ukuze uqalise ukwehlisa.
- Enza okunye kokulandelayo:
-
Ukuze uqalise ukufaka ngokushesha, qhafaza okuthi Vula noma okuthi Sebenzisa lolu hlelo endaweni yalo yamanje
-
Ukuze ukopishe okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakwe ngokuhamba kwesikhathi, qhafaza okuthi Londoloza noma Londoloza lolu hlelo kudiski
Ekuqaleni kwekhasi
Ekuqaleni kwekhasi