Office

    Thank you for downloading

    • I-Office 2003 Ipaki Lokusebenza 2 Izixhumano Zolimi Lwepaki

      If your download does not start after 30 seconds,
      Click here

      Khetha amafayela angalandekanga

      Igama LefayelaDownload LinkUsayizi Wefayela
      LIP2003SP2-KB887617-FullFile-ZUL.exeRecommendedClick here5.7 MB
      LIP2003SP2-KB887617-Client-ZUL.exeRecommendedClick here970 KB
      Download Summary:
      KBMBGB

      You have not selected any file(s) to download.

        • Qaphela: Abaphathi kumele bathathele ku Imithombo yabaphathi isigaba

          Imithetho yokuxhuma
          Ukuxhuma lokhu kulungisa, landela lezi zinyathelo:
          1. Ehlisa okukodwa kokubili .exe amafayela, bese ugcina ifayela lakho kumgodla wediski elukhuni.
            • LIP2003SP2-kb887617-client-ZUL.exe: Kumele wehlise lelifayela uma uanyo imvume yomkhiqizo wokuqala CD - ROM. Kungenzeka udinge umthombo wokufaka ngesikhathi ufaka.
            • LIP2003SP2-kb887617-fullfile-ZUL.exe: Ehlisa lelifayela uma ungenayo imvume yomkhiqizo wakho wakuqala noma uma uhlangabezana nezinkinga ekufakeni i-LIP2003SP2-kb887617-client-ZUL.exe.
          2. Kuyancomeka ukuthi uphume kuzo zonke izinhlelo ozisebenzisayo.

          3. Ku-Windows Explorer, chofoza kabili ifayela le-.exe oligcine kudiski umgodla wediski, bese ulandela imilayezo eskrinini.


          Imithethi yokusetshenziswa:

          Uma usufake lokhu kulungiswa, sebenzisa i-Office ngendlela ongafisa ngayo.


          Ukugudluza lokhu kwehliswa:

          Akukho simo esingafakiwe kulokhu kwehliswa. Ukuthola imininingwane eminye, bheka i-atikili Yesisekelo Solwazi yakwa-Microsoft (873125): Angeke ukwazi ukugudluza we-Paki 2 Lokusevisa lomkhiqizo we-Office 2003.


          Imithombo yabaphathi
          Abaphathi abasebenza ezindaweni eziphethwe bangathola yonke imithombo yokuhambisa okokulungisa i-Office kunhlangano e Isikhungo Sokulungiwa Kokuphathwa kwe-Office Iwebhusayith. Kukhasi laleyo sayithi, bheka ngezansi Lungisa Amasu alolohlobo lomkhiqizo owulungisayo.

          Okwehliswayo kulokhu kulungiswa kungezansi. Uma uchofoza kabili kokuhlanganisiwe okusetshenziswayo, ukufakwa kuyaqala. Ukukhipha amafayela apheshiwe (MSP amafayela), kumele usebenzise umugqa womlayezo. Umugqa womlayezo kanye nemithetho yokusetshenziswa kufakwe ku-atikili Yolwazi Olusisekelo (197147): Umgqa-Womlayezo Amaswishi E Iexpress I-Express Software Yokulungisa Okuhlanganisiwe.

          Bheka i-Microsoft i-atikili Yolwazi Oluyisisekelo (887617): Incazelo ye-Office 2003 Sevisi Paki 2 Yolimi Izixhumanisi Ipaki ukuthola imininingwane eminye mayelana nalokhu kulungiswa.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe