Windows

    Thank you for downloading

    • Iphekhi Yokusebenzisana Kolimi i-Windows 7

      If your download does not start after 30 seconds,
      Click here

      Khetha amafayela angalandekanga

      Igama LefayelaDownload LinkUsayizi Wefayela
      LIP_zu-ZA-32bit.mlcRecommendedClick here2.6 MB
      LIP_zu-ZA-64bit.mlcRecommendedClick here4.1 MB
      Download Summary:
      KBMBGB

      You have not selected any file(s) to download.

        • ISEXWAYISO: Uma unombhalo wemfihlo we-BitLocker ovuliwe, sicela uwukhiphe ngaphambi kokufaka i-LIP. Vula i-Control Panel, khetha i-System and Security, bese i-BitLocker Drive Encryption. Qhafaza okuthi i-Suspend Protection.

          Ngoba zingukulanda okwehlukile zenguqulo ye-Windows 7 LIP ye-32-bit ne-64-bit, ngaphambi kokuba uqale, kumelwe uthole ukuthi yiziphi izinguqulo ze-Windows 7 ozifakile. Nansi indlela yokuthola ukuthi iyiphi inguqulo ye-Windows 7 oyifakile:

          Qhafaza inkinobho i-Start bese uqhafaza ngokwesokudla Kukhompyutha bese ukhetha i-Properties. Lokhu kuzoletha ukwaziswa okuyisisekelo ngekhompyutha yakho.
          Bheka kungxenye Yesistimu ukubona uhlobo Lwesistimu. Lokhu kuzobonisa uma i-Windows 7 Isistimu Esebenzayo Yisistimu Esebenzayo ye-32-bit noma Isistimu Esebenzayo ye-64-bit.

          Ukuze ufake inguqulo ye-32-bit, yenza lokhu:

          1. Qhafaza inkinobho yeLanda, bese uqhafaza Open ukufaka LIP


          2. noma

          3. Qhafaza inkinobho yeLanda
            • Qhafaza ku Save ukukopisha ifayela kwikhompyutha yakho,
            • Zulazulela kufayela elandiwe bese uqhafaza kabili kuyo ukufaka LIP

          Ukuze ufake inguqulo ye-64-bit, kufanele usebenzise inketho yesi 2 engenhla.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe