Office

    Thank you for downloading

    • i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010 – isiZulu

      If your download does not start after 30 seconds,
      Click here

      Khetha amafayela angalandekanga

      Igama LefayelaDownload LinkUsayizi Wefayela
      languageinterfacepack-x86-zu-za.exeRecommended
      Click here15.1 MB
      Click here15.1 MB
      languageinterfacepack-x64-zu-za.exeRecommended
      Click here16.9 MB
      Click here16.9 MB
      O14LipHelp.chmRecommendedClick here207 KB
      Download Summary:
      KBMBGB

      You have not selected any file(s) to download.

        • Ukufaka lo mehliso:
          1. Yehlisa ifayela le- LanguageInterfacePack.exe ngokuqhafaza inkinobho Yokwehlisa (ngenhla) bese ulondoloza ifayela kwihadiski yakho.
          2. Qhafaza kabili ifayela lohlelo lwe- LanguageInterfacePack.exe kwihadiski yakho ukuqalisa uhlelo Misa Kahle.
          3. Landela imiyalelo esikrinini ukuqedela ukufaka uhlelo.
          4. Uma selifakiwe ifayela yengifunde le-Microsoft Office 2010 Language Interface Pack yakho lingatholakala ku C:\ProgramFiles\Common Files\microsoft shared\OFFICE14\LCID\LIPread.htm
          5. Ukubuyekeza i-Office 2007 ne-Office 2007 Language Interface Pack noma isishicilelo sokuqala se-office 2010 ne-Office 2010 language Interface Pack akusekelwe. Uma ufisa ukubuyekeza ukufakwa kokuqala kwe-Office 2010 kwi-Office ne-Office language Interface Pack kumele:
            • Ukhiphe ukumiswa kwe-Office 2007 Language Interface Pack
            • Sebenzisa i-Office 2010 bese uqoka ukhetho lokubuyekeza.
            • Uma ukufaka i-Office 2010 kuqedile, faka uhlelo bese umisa i-Office 2010 Language Interface Pack


            • Ukwenza umkhiqizo wakho we-Office usebenze:
            • Uma unenkinga yokufunda yonke iKhodi yokufaka engxoxweni "ye-Microsoft Office Activation Wizard", noma yonke ikhodi yokufaka ingakhombisi kahle lapho usebenzisa i-Microsoft® Office Language Interface Pack 2010, khansela iseluleki bese uguqukela umkhiqizo lwakho ukwenza umkhiqizo English US wakho we-Microsoft Office usebenze.


          Imiyalelo okumele isetshenziswe:

          Ukuguqulela uxhumano nomsebenzisi wakho we-Interface olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu, landela lezi zinyathelo:

          1. Qalisa Izinketho zakho ze-Microsoft Office 2010 kwimenyu Qalisa\Zonke Izinhlelo\Microsoft Office\Microsoft Office Tools .
          2. Ngaphansi Khetha Bonisa NoSiza Izilimi, ngaphansi Bonisa ulimi khetha ulimi oludingekayo bese uqhafaza inkinobho yokuHlela Ngokumisiwe.
          3. Ngaphansi Khetha izilimi zokuhlela, khetha ulimi oludingayo bese uqhafaza inkinobho Hlela Ngokumisiwe.
          4. Qhafaza inkinobho u-OK.

          Izimiso zolimi ozikhethile zizoqala ukusebenza ngesikhathi esizayo uma uqalisa izinhlelo ze-Office.
          Qaphela: Usizo alunakuguqulelwa olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu. Usizo luyohlala lusolimini lwakho olwafakwa ekuqaleni.
          Njalo misa umboniso wakho wosizo ohlwini lomehliso olimini lokuqala.

          Ukususa lo mehliso:
            Landela lezi zinyathelo kwi-Windows XP noma kwi-Professional Edotion:
          1. Phuma kuzo zonke izinhlelo.
          2. Qhafaza kabili uphawu eZinhlelweni YeNgeza noma Susa kwiPhaneli Yokulawula i-Windows.
          3. Qhafaza Microsoft Office Language Interface Pack 2010 ebhokisini ebhokisini lezinhlelo ezifakwe manje bese uqhafaza inkinobho yokuSusa.
          4. Landela imiyalelo esikrinini.

            Landela lezi zinyathelo kwiWindows Vista noma KwiWindows 7:
          1. Phuma kuzo zonke izinhlelo.
          2. Qhafaza kabili uphawu IziNhlelo Nezibaluli kwiPhaneli Yokulawula i-Windows.
          3. Okhethweni Khipha noma Guqula uHlelo, qhafaza i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu ebhokisini Lezinhlelo ezisandukufakwa bese uqoka ukhethi ukhethi Khipha.
          4. Landela imiyalelo esikrinini.



          Uma ungakwazi ukubuka okuqukethwe kwefayela le-CHM ngemva kokulilanda, ungenza izinyathelo ezilandelayo ezizokuvumela ukubuka okuqukethwe :
          1. Vula ifolda lapho ulandele khona ifayela le-CHM.
          2. Chofoza ngakwesokudla ku-CHM futhi kusuka kumenu evelayo, khetha Izici.
          3. Ku-Ithebhu ejwayelekile, chofoza inkinobho yokukhulula bese uchofoze inkinobho KULUNGILE.
          4. Chofoza kabili kufayela le-CHM bese manje uzokwazi ukubona okuqukethwe kwalo.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe