Windows

    Windows® XP isiZulu Interface Pack

    Shintsha Ulimi
    Ama-Language Interface Pack (LIP) eWindows XP Professional no Windows XP Home Edition ahlinzeka izimakethe zezilimi ezifufusayo nezimbalwa ngoxhumano nomsebenzisi oluhunyushiwe.
    • Uhlelo:

      1

      Igama Lefayela:

      LIPSetup.msi

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      05-04-2006

      Usayizi Wefayela:

      4.6 MB

        I-Interface Pack yeWindows XP family yesiZulu ihlinzeka i-User Interface yesiZulu kwisamba esikhulu se Windows XP User Interface. Le Interface Pack yesiZulu izodinga ukuqinisekiswa kwe-Microsoft Windows yakho ngenkathi yokufakelwa. uQinisekiso lukunikeza iqholo lokuthi usebenzisa ikhophi ye-Windows yangoqobo futhi egunyazwe ngokugcwele. Siza uvakashele u-Genuine Microsoft Software ukuze ufunde kabanzi ngezinzuzo zokusebenzisa isofthiwe ye-Windows yangoqobo.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows XP

        • Ama-Operating Systems asekelwe: awohlobo lwe-32-bit esiNgisi ane Service Pack 2 (SP2)
        • 5 Mb wesikhala esikhululekile sokwehlisa
        • 15 Mb wesikhala esikhululekile se-sethaphu

        1. Qhebeza inkinobho ethi Yehlisa ekhoneni eliphezulu kwesokudla saleli khasi ukuze uqale ukwehlisa, noma ukhethe ulimi oluhlukile ohlwini olwehlayo bese uqhebeza Go.
        2. Yenza okunye kokulandelayo:
          • Ukuqala ufakelo khona manjalo, qhebeza u-Open (Vula) noma Run this program from its current location (Sebenza leprogremu kusizinda sayo samanje).
          • Ukukopishela okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakelwe ngesikhathi esizayo, qhebeza u-Save (Londoloza) noma Save this program to disk (Londoloza le progremu ediskini).

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe