Windows

Windows® XP isiZulu Interface Pack

Ukufakazela Kuyadingeka

Le fayela elandwayo iyatholakala kumakhasimende asebenzisai-genuine Microsoft Windows (iMicrosoft Windows yoqobo). Sicela uchofoze inkinobho u-Qhubeka ukuze uqale ukufakazela i-Windows. Njengoba kuchazwe kuyi-privacy statement, U-Microsoft ngeke akusebenzise ukwaziswa okuqoqwe ngesikhathi sokufakazelwa kohlelo ukuze athole ukwaziswa ngawe noma axhumane nawe.

Abasebenzisi be-Windows Vista kumelwe baqinisekise ukuthi bayaphumelela ezimfunekweni zokufakazelwa kweMicrosoft Genuine ukuze kube lula ngezinhlelo zeminye imikhiqizo ukuba zisebenze futhi bathole izinhlelo zokuvuselela kanye nokusekelwa komkhiqizo zakwa-Microsoft. Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe, yiya kwi- Windows Genuine Advantage FAQ ,.

Shintsha Ulimi
Ama-Language Interface Pack (LIP) eWindows XP Professional no Windows XP Home Edition ahlinzeka izimakethe zezilimi ezifufusayo nezimbalwa ngoxhumano nomsebenzisi oluhunyushiwe.
  • Imininingwane

    Uhlelo:
    Usuku Ekhishwe Ngalo:

    1

    05-04-2006

    Igama Lefayela:
    Usayizi Wefayela:

    LIPSetup.msi

    4.6 MB

      I-Interface Pack yeWindows XP family yesiZulu ihlinzeka i-User Interface yesiZulu kwisamba esikhulu se Windows XP User Interface. Le Interface Pack yesiZulu izodinga ukuqinisekiswa kwe-Microsoft Windows yakho ngenkathi yokufakelwa. uQinisekiso lukunikeza iqholo lokuthi usebenzisa ikhophi ye-Windows yangoqobo futhi egunyazwe ngokugcwele. Siza uvakashele u-Genuine Microsoft Software ukuze ufunde kabanzi ngezinzuzo zokusebenzisa isofthiwe ye-Windows yangoqobo.
  • Izimfuneko Zesistimu

    Ama-Operating System Asekelwe:

    Windows XP

      • Ama-Operating Systems asekelwe: awohlobo lwe-32-bit esiNgisi ane Service Pack 2 (SP2)
      • 5 Mb wesikhala esikhululekile sokwehlisa
      • 15 Mb wesikhala esikhululekile se-sethaphu

  • Imiyalelo

      1. Qhebeza inkinobho ethi Yehlisa ekhoneni eliphezulu kwesokudla saleli khasi ukuze uqale ukwehlisa, noma ukhethe ulimi oluhlukile ohlwini olwehlayo bese uqhebeza Go.
      2. Yenza okunye kokulandelayo:
        • Ukuqala ufakelo khona manjalo, qhebeza u-Open (Vula) noma Run this program from its current location (Sebenza leprogremu kusizinda sayo samanje).
        • Ukukopishela okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakelwe ngesikhathi esizayo, qhebeza u-Save (Londoloza) noma Save this program to disk (Londoloza le progremu ediskini).

Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

Izibuyekezo ze-PC zamahhala

  • Amapheshi okuphepha
  • Izibuyekezo zesofthiwe
  • Amaphakethe esevisi
  • Amadrayiva ehadiwe
Vula iZibuyekezo ze-Microsoft
vala
moreinfo