Internet Explorer

    I-Windows Internet Explorer 9 ye-Windows Vista kanye ne-Windows Server 2008.

    Shintsha Ulimi
    I-Windows Internet Explorer 9 ivumela amawebhusayithi akho ugcame futhi asebenze njengezinhlelo ezikwi-PC yakho.
    • Uhlelo:

      9.0.7930.16406

      Igama Lefayela:

      IE9-WindowsVista-x86-zul.exe

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      25-05-2011

      Usayizi Wefayela:

      17.8 MB

      Ama-Athikili eKnowledge Base (KB) KB982861

        I-Windows Internet Explorer 9 iletha amasayithi wewebhu kanye nezinhlelo ezibukeka nezisebenza njengezinhlelo ze-PC ngamandla we-Windows.
        • Shesha: I-Internet Explorer 9 ishesha kakhulu. Yakhelwe ukusebenzisa ngokuphelele ihadiwe ye-PC yakho ngeWindows, I-Windows Internet Explorer 9 ikulethela imifanekiso ebukhazikhazi kanye nokuzizwa okucwiilisayo okusheshayo njengezinhlelo ezifakwe kwi-PC yakho.
        • Nhle: I-Internet Explorer ibheka kakhulu amawebhusayithi owathandayo ngokubuka okuhle kanye nokukhulisa kwendawo ebukwayo eyenza amasayithi akho ewebhu aqhame. Ukuhlangana neWindos 7 ngokokuzizwela nokungena mpetho kunikeza ukungena ezinhlelweni zeWebhu eziku-taskbar ngokuchafaza kanye.
        • Thembekile: I-Internet Explorer indlela ethembekile yokungena kwiWebhu, futhi inokuvikeleka nobumfihlo okuqinile okwakhelwe ngaphakathi, kanye namathekinoloji athembekile akwazi ukukugcina uphephile nokupheqa kwakho kungaphazamiseki.
        • Yabelana ngemininingwane: Uxhaso lwe-HTML5 kanye nemigomo yamanje eyenzelwe ukusebenzisa ngokuphelele i-GPU, kusho ukuthi imakapu eyodwa kayisebenzi kuphela kwi-Webhu, kepha isebenza ngokushesha futhi ukusebenzisa okunothile nge-Windows kanye nange-Internet Explorer 9.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows Vista Service Pack 2

          • I-Windows Vista Service Pack 2
          • I-Windows Server 2008 Service Pack 2
        • Ikhompyutha/ Iphrosesa: Ikhompyutha enephrosesa engama-233MHz noma ngaphezulu (Iphrosesa ye-pentium iyanconywa)
        • Inkumbulo: 512MB
        • Isikhala se-Hard Drive:
          • I-Windows Vista ene-Service Pack 2: 70MB
          • I-Windows Server 2008 ene-Service Pack 2: 150MB
        • Bonisa: Super VGA (800 x 600) noma imonitha ebonakala kahle enemibala engama-256.
        • Izinto ezisemnceleni: Imdemu noma uxhumano lwe-Inthanethi; I-Microsoft Mouse, I-Microsoft IntelliMouse, noma idivayisi yokukhomba esebenzisanayo.
        1. Chofoza i- Landa inkinobho kuleli khasi ukuqalisa ukulanda.
        2. Yenza okukodwa kokulandelayo:
          • Ukuqalisa uku-instola ngokushesha, chofoza Open noma Qalisa lolu hlelo lapho ikhona.
          • Ukukopisha ukulonda ekhompyutheni yakho ukuyi-instola esikhathini esizayo, chofoza Save noma Gcina lolu hlelo kwidiski.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe