Windows

    Iphekhi Yokusebenzisana Kolimi i-Windows 7

    Shintsha Ulimi
    Iphekhi Yokusebenzisana Kolimi lwe-Windows 7 (LIP) inikeza Ukusebenzisana Komsebenzisi okuhunyushwe ingxnye kwezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows 7.
    • Note:There are multiple files available for this download.Once you click on the "Download" button, you will be prompted to select the files you need.
      Uhlelo:

      1.0

      Igama Lefayela:

      LIP_zu-ZA-32bit.mlc

      LIP_zu-ZA-64bit.mlc

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      09-11-2010

      Usayizi Wefayela:

      2.6 MB

      4.1 MB

        Ipheki Yokusebenzisana Yolimi ye-Windows (LIP) inikeza inguqulo ehunyushwe ingxenye yezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows. Emva kokufaka i-LIP, izihloko zombhalo kuwizadi, amabhokisi omyalezo, amamenyu, Nosizo Nokusekela zizoboniswa kulimi lwe-LIP. Umbhalo ongahunyushiwe uzoba kulimi oluyisisekelo lwe-Windows 7. Ngokwesibonelo, uma uthenge inguqulo Yesipenishi ye-Windows 7, futhi ufake i-Catalan LIP, eminye imibhalo izosala Ngesipenishi. Ungafaka i-LIP edlula eyodwa kulimi lwesisekelo olulodwa. Ama-LIP e-Windows angafakwa kuzo zonke izinguqulo ze-Windows 7.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows 7

        • I-Microsoft Windows 7
        • Nokufakwa kolimi lwesisekelo oludingekile le-Windows 7: Isingisi
        • Isikhala esikhululekile sokulanda i-4.63 Mb
        • Isikhala esikhululekile sokumisa i-15Mb

      • ISEXWAYISO: Uma unombhalo wemfihlo we-BitLocker ovuliwe, sicela uwukhiphe ngaphambi kokufaka i-LIP. Vula i-Control Panel, khetha i-System and Security, bese i-BitLocker Drive Encryption. Qhafaza okuthi i-Suspend Protection.

        Ngoba zingukulanda okwehlukile zenguqulo ye-Windows 7 LIP ye-32-bit ne-64-bit, ngaphambi kokuba uqale, kumelwe uthole ukuthi yiziphi izinguqulo ze-Windows 7 ozifakile. Nansi indlela yokuthola ukuthi iyiphi inguqulo ye-Windows 7 oyifakile:

        Qhafaza inkinobho i-Start bese uqhafaza ngokwesokudla Kukhompyutha bese ukhetha i-Properties. Lokhu kuzoletha ukwaziswa okuyisisekelo ngekhompyutha yakho.
        Bheka kungxenye Yesistimu ukubona uhlobo Lwesistimu. Lokhu kuzobonisa uma i-Windows 7 Isistimu Esebenzayo Yisistimu Esebenzayo ye-32-bit noma Isistimu Esebenzayo ye-64-bit.

        Ukuze ufake inguqulo ye-32-bit, yenza lokhu:

        1. Qhafaza inkinobho yeLanda, bese uqhafaza Open ukufaka LIP


        2. noma

        3. Qhafaza inkinobho yeLanda
          • Qhafaza ku Save ukukopisha ifayela kwikhompyutha yakho,
          • Zulazulela kufayela elandiwe bese uqhafaza kabili kuyo ukufaka LIP

        Ukuze ufake inguqulo ye-64-bit, kufanele usebenzise inketho yesi 2 engenhla.
    • Imithombo Ehlobene

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe