Office

I-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 – isiZulu

Shintsha Ulimi
I-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 - ihlinzeka uxhumano lomsebenzisi wesiZulu mayelana nezinhlelo eziningi ze-Microsoft Office 2007
  • Imininingwane

    Uhlelo:
    Usuku Ekhishwe Ngalo:

    1

    10-08-2009

    Igama Lefayela:
    Usayizi Wefayela:

    LanguageInterfacePack.exe

    16.4 MB

    LIP_Help.chm

    229 KB

    Microsoft_Office_Excel.pptx

    1.4 MB

    Microsoft_Office_Outlook.pptx

    2.7 MB

    Microsoft_Office_PowerPoint.pptx

    2.7 MB

    Microsoft_Office_Word.pptx

    1.8 MB

    +
      I-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 - ihlinzeka uxhumano lomsebenzisi wesiZulu mayelana:
      • Microsoft Office Excel 2007

      • Microsoft Office Outlook 2007

      • Microsoft Office PowerPoint 2007

      • Microsoft Office Word 2007
  • Izimfuneko Zesistimu

    Ama-Operating System Asekelwe:

    Windows Vista Service Pack 1, Windows XP Service Pack 3

      • Isofthiwe edingekayoUshicilelo lwesiNgisi lwanoma yimaphi amasethi e-Microsoft Office 2007 aqukethe i-Excel, i-Outlook, iPowerpoint noma iWord
      • Isikhala esidingeka ediskini Ngaphezu kwesikhala sehadi diski esisetshenziswa yizinhlelo ezifakwe manje ze-Office 2007, u-20 wama-megabytes (MB) wesikhala esitholakalayo sehadi diski uyadingeka.
  • Imiyalelo

      Ukufaka lesi sehliswa
      1. Yehlisa LanguageInterfacePack.exe ifayela ngokuchofoza Yehlisa Inkinobho (ngenhla) nokulondoloza ifayela ehadiskini yakho.
      2. Chofoza kabili LanguageInterfacePack.exe ifayela lohlelo kwihadi-diski yakho ukuqalisa uhlelo lokuMisa.
      3. Landela imiyalelo esihenqweni ukuphothula ukufaka
      4. Uma selifakiwe ifayela likangifunde le-Microsoft Office 2007 Language Interface Pack yakho lingatholakala ku C:\Program Files\Common Files\microsoft shared\OFFICE12\LCID\LIPread.htm
      5. Ukuthuthukisa i-Office 2003 ne-Office 2003 Language Interface Pack ibe yi-Office 2007 ne-Office 2007 Language Interface Pack akusekelilwe. Uma ufisa ukuthuthukisa ukufaka okuyisisekelo i-Office 2003 ibe yi-Office 2007 ne-Office 2007 Language Interface Pack kufanele:
        • Khipha i-Office 2003 Language Interface Pack
        • Qala ukumisa uhlelo lwe-Office 2007 bese uqoka ukhetho lokuthuthukisa
        • Lapho ukumisa i-Office 2007 sekuphothuliwe, faka futhi uhlanganise i-Office 2007

        • Ukwenza umkhiqizo wakho we-Office usebenze:
        • Uma uba nenkinga lapho ufunda wonke uMthetho Wokufakwa Kohlelo kwidayalogi ye-"Microsoft Office Activation Wizard", noma uma wonke umthetho wokufakwa kohlelo ungabonakali ngendlela efanele lapho usebenzisa i-Microsoft® Office Language Interface Pack 2007 yakho, sicela ukhansele iwizadi bese ushintshela emkhiqizweni wakho wesiNgisi sase-US ukuze wenze umkhiqizo wakho we-Microsoft Office usebenze.


      Imiyalelo yokusebenza:

      ukushintshela uXhumano lwakho Nomsebenzisi olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 - isiZulu, landela lezi zinyathelo:

      1. Qalisa izimiso zoLwimi ze-Microsoft Office 2007 ku Qala\Zonke Izinhlelo\Microsoft Office\Amathuluzi eMicrosoft Office imenyu.
      2. Khetha Ulimi OluboniswayoFaka ithebhuAmamenyu namabhokisi engxoxo aboniswayo e-Microsoft OfficeOhlwini olwehlisiwe, khetha ulimi ofuna ukulubonisa. Ulimi olukhethile kufanele lube ukubonisa okumisiwe
      3. Kweye Ulimi Oluboniswayoithebhu ungakwazi ukufanisa ukubonisa kwe-Office nokubonisa kwe-Windows. Ulimi lwakho lwe-Windows okwamanje luzofakwa ohlwini. Uma ufuna ukubonisa kwe-Office kufane nokubonisa kwe-Windows khethaMisa ulwimi lokukhombisa kwe- Microsoft Office ukuba lufane nolimi lokukhombisa kwe-Windows ibhokisi lokuthikha. Loku misa kudlova ukukhetha okwenzile kolwe Amamanyu namabhokisi engxoxo aboniswayo e-Microsoft Office uhla.
      4. Kweye Ukuhlela Izilimi ithebhu khetha ulwimi odinga ukulwenza lusebenze kwele izilimi Zokuhlela Ezitholakalayouhla bese uchofozaNgeza. Ulimi olukhethile kumele manje lukleliswe kolwe Izilimi Zokuhlela Ezicushiwe uhla.
      5. Kweye Izilimi Zokuhlela ithebhu khetha ulwimi odinga ukuba lube wuLwimi Lokuqala Lokuhlela lwakho kolwe Ulwimi Lokuqala Lokuhlela uhla.
      6. Chofoza kweye OK inkinobho.

      Izimiso zolwimi ozikhethile zizosebenza ngesikhathi esilandelayo uma uqala izinhlelo zakho ezilandelwayo ze-Office.
      Qaphela: Usizo ngeke lushintshelwe olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 – isiZulu. Usizo luyohlala njalo luwulwimi lokufaka kwakho kwasekuqaleni.
      Njalo ubomisa usizo lwakho olukhonjiswayo ohlwini olwehliswayo lube wulwimi oluyisisekelo.

      Ukukhipha lesi sehliswa
        Landela lezi nyathelo ku-Windows XP Home noma Professional Edition:
      1. Yeka zonke izinhlelo.
      2. Chofoza kabili olwe Ngeza noma Khipha Izinhlelouphawu ePhanelini Yokulawula ye-Windows
      3. ChofozaMicrosoft Office Language Interface Pack 2007 kwele Izinhlelo ezifakiwe kumanje ibhokisi, bese uchofoza ethi Khipha inkinobho.
      4. Landela imiyalelo esihenqweni

        Landela lezi zinyathelo kwi-Windows Vistaa:
      1. Yeka zonke izinhlelo.
      2. Chofoza kabili olwe Izinhlelo Neziciuphawu kwi-WindowsiPhaneli Yokulawula.
      3. Kulokho kwe Khipha noma Shintsha Uhlelo okukhethwa kukho, chofozai-Microsoft Office Language Interface Pack 2007 - isiZulu kwele Izinhlelo ezifakiwe kumanjeibhokisi, bese ukhethaKhiphaukhetho
      4. Landela imiyalelo esihenqweni

Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

Izibuyekezo ze-PC zamahhala

  • Amapheshi okuphepha
  • Izibuyekezo zesofthiwe
  • Amaphakethe esevisi
  • Amadrayiva ehadiwe
Vula iZibuyekezo ze-Microsoft
vala
moreinfo