Office

I-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu

Shintsha Ulimi
I-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu inikezela ngomsebenzisi
  • Imininingwane

    Uhlelo:
    Usuku Ekhishwe Ngalo:

    1

    21-11-2006

    Igama Lefayela:
    Usayizi Wefayela:

    LIP.EXE

    13.6 MB

    isiZulu_GS.EXE

    269 KB

      I-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu inikezela ngomsebenzisi woxhumano nomsebenzisi ohunyushiwe wezinhlelo ze-Office 2003:

      • I-Microsoft Office Word 2003

      • I-Microsoft Office Outlook® 2003

      • I-Microsoft Office PowerPoint® 2003

      • I-Microsoft Office Excel 2003
  • Izimfuneko Zesistimu

    Ama-Operating System Asekelwe:

    Windows XP Service Pack 2


      • I-Softhiwe edingekayo:Noma yiyiphi i-edition yohlobo kwesiNgisi ye-Office 2003 — isibonelo, Microsoft Office Professional Edition 2003 noma i-Microsoft Office Standard Edition 2003 — noma uhlobo lwesiNgisi lohlelo ngalunye lwe-Office 2003 olusekela I-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu — Excel 2003, Outlook 2003, PowerPoint 2003, noma i-Word 2003.

        I-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu ingafakwa futhi nanoma iyiphi i-Microsoft Office 2003 Multilingual User Interface Pack esekelwe ngesiNgisi.



      • Izidingo zesikhala seDiskhi: Ngaphezu kwesikhala sediski esisetshenziswa njengamanje yizinhlelo ze-Office 2003 ezifakiwe, kudingeka amamegabhayithi ayi-10 (MB) esikhala se-diski elukhuni akhona.
  • Imiyalelo

      Ukufaka lokhu yehlisa:
      1. Yehlisa i i-LIP.exe yefayela ngokuqhebeza ku Yehlisa inkinobho (ngaphezulu) bese ulondoloza ifayela ku-diski yakho elukhuni.
      2. Qhebeza kabili ku LIP.exe yefayela yohlelo ku-diski elukhuni ukuqala okokulungisa uhlelo.
      3. Landela imiyalelo kusihenqo ukuqedela ukufakela.

      Imiyalelo okumele isetshenziswe:

      Ukuguqula ulimi lokhuxhumana noMsebenzisi uluguqulela olimini lwe- Edition ye-Interface Pack ye-Office 2003 yesiZulu, landela lezi zinyathelo:

      1. Ku Menu yokuqalisa, khomba kuzo Zonke izinhlelo, khomba ku-Microsoft Office, khomba ku Amathuluzi e-Microsoft Office, bese uqhebezakuzimiso zolimi lwe-Microsoft Office 2003 .
      2. Ku Msebenzisi woxhumano nomsebenzisi kanye noMsizi sebenzisa ithebhu, ku Sibonisi se-Office 2003 o- hlwini, khetha ulimi ofuna ukulubonisa.
      3. Qhebeza ku-OK .


      Izimiso zolimi ozikhethile ziyosebenza esikhathini esilandelayo uma uqala izinhlelo ze-Office zakho


      Ukukhipha lokhu yehlisa:
      1. Phuma kuzo zonke izinhlelo
      2. Ku Menu yokuqalisa, khomba ezi Misweni bese uqhebeza ku-Phaneli yolawulo .
      3. Qhebeza kabili ku-Faka/Khipha Izinhlelo .
      4. Ezinhlwini zezinhelo ezisanda kufakwa, qhebeza ku-kuInterface Pack ye-Office 2003 yesiZulu, bese uqhebeza kuKhipha noma Faka/Sula . Uma ibhokisi lengxoxo livele, landela imiyalelo yokukhipha uhlelo.
      5. Qhebeza ku OK noma Ku OK ukuqinisekisa ukuthi ufuna ukukhipha uhlelo.
  • Imithombo Ehlobene

Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

Izibuyekezo ze-PC zamahhala

  • Amapheshi okuphepha
  • Izibuyekezo zesofthiwe
  • Amaphakethe esevisi
  • Amadrayiva ehadiwe
Vula iZibuyekezo ze-Microsoft
vala
moreinfo