Office

    Ulimi Lwethiphu Yeskrini yeMicrosoft Office

    Shintsha Ulimi
    Sebenzisa okuhunyushiwe kweThiphu Yeskrini ukuveza umbhalo wezici ezivezwayo – njengamabhathini, amamenyu namabhokisi engxoxo – ngolunye ulimi.
    • Note:There are multiple files available for this download.Once you click on the "Download" button, you will be prompted to select the files you need.
      Uhlelo:

      1.0

      Igama Lefayela:

      screentiplanguage_zu-za_32bit.exe

      screentiplanguage_zu-za_64bit.exe

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      15-03-2013

      Usayizi Wefayela:

      1.5 MB

      1.5 MB

        Shintsha ulimi lweThiphu Yeskrini ukuveza izihumusho zezici ezikhonjiswayo – njengamabhathini, amamenyu namabhokisi engxoxo – ngolunye ulimi bese usiza abasebenzisi bahlwaye izinhlelo zeMicrosoft Office ezifakwe ngolimi abangaluqondi.


        Ezinye izibonelo zokusetshenziswa yilezi:
        • Usizo lwezilimi ezimbili neziningi
        • Onjiniyela bosizo banganikeza ukweseka lwezilimi abangaziqondi
        • Abasebenzisi abasebenzisa okwesikhashana i-Office ngolimi lwelinye izwe noma isikhashana (Abasebenzisi abazulazulayo)
        • Ukusetshenziswa kolimi lwePC olushiyelwanayo
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows 7, Windows 8 Release Preview

        • Izinhlelo Ezisekeliwe zeMicrosoft Office:
            Microsoft Office Word 2013, Microsoft Office Excel 2013, Microsoft Office Outlook 2013, Microsoft Office PowerPoint 2013, Microsoft Office OneNote 2013, Microsoft Office Visio 2013, Microsoft Office Publisher 2013
        • Isofthiwe edingekayo:
            Izilimi zaseMpumalanga Asia neze-Complex Script (ezilukhuni) zingadinga kufakelwe amafayela okwesekela. Lokhu kungenziwa ngePhaneli Yokulawula ku ‘Okukhethwa kukho Izilimi Nezifunda’.
      • Ukufakela lokhu okulandiwe:
        1. Klikha ibhathini elithi Landa kuleli khasi ukuze uqale.
        2. Yenza okukodwa kokulandelayo:
          • Ukuqalisa ukufaka uhlelo khona manje, qhebeza u- Qalisa.
          • Ukuze ugcine okulandiwe kukhompyutha yakho ngenhloso yokukufakela emva kwesikhathi, klikha okuthi Gcina.
          • Ukukhansela loku fakelwa, klikha okuthi Khansela.

        Ukucisha noma ukushintsha Ulimi Lwethiphu Yeskrini:
        1. Klikha kubhathini yeFayela le-Office, khetha Izinkethi, khetha Ulimi bese ubeka Ulimi Lwethiphu Yeskrini ku 'Fana Nolimi Oluveziwe'.

        Ukukhipha lokhu okulandiwe:
        1. Kwimenyu ethi Qala, yiya ku Iphaneli Yokulawula.
        2. Klikha kabili okuthi Ngeza/Khipha Izinhlelo.
        3. Kolokuqala ezinhlelweni ezifakiwe njengamanje, khetha Ulimi Lwethiphu Yeskrini yeMicrosoft Office, bese uklikha Khipha noma Ngeza/Khipha. Uma ibhokisi lengxoxo livela, landela imiyalo yokukhipha uhlelo.
        4. Klikha Yebo noma OK ukuqinisekisa ukuthi ufuna ukulukhipha uhlelo.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe