Windows

    I-Windows 8 Language Interface Pack (LIP)

    Shintsha Ulimi
    I-Windows 8 Language Interface Pack (LIP) inikezela nge-User Interface ihlalisiwe ingxenye endaweni kwizindawo ezisetshenziswa kakhulu ze-Windows 8.
    • Note:There are multiple files available for this download.Once you click on the "Download" button, you will be prompted to select the files you need.
      Uhlelo:

      1.0

      Igama Lefayela:

      LIP_zu-ZA-32bit.mlc

      LIP_zu-ZA-64bit.mlc

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      20-11-2012

      Usayizi Wefayela:

      2.6 MB

      3.6 MB

        Ipheki Yokusebenzisana Yolimi ye-Windows (LIP) inikeza inguqulo ehunyushwe ingxenye yezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows. Emva kokufaka i-LIP, izihloko zombhalo kuwizadi, amabhokisi omyalezo, amamenyu, Nosizo Nokusekela zizoboniswa kulimi lwe-LIP. Umbhalo ongahumushiwe uzoba uncwelana lolimi ye-Windows 8. Isibonelo, uma uthenge isilandiso se-Spanish se-Windows 8, futhi walayisha i-Catalan LIP, eminye imibhalo izohlala ikwi-Spanish. Ungafaka i-LIP edlula eyodwa kulimi lwesisekelo olulodwa. Ama-LIP e-Windows angafakwa kuzo zonke izinguqulo ze-Windows 8.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows 8

        • Izidingo zohlelo, cofa lapha

    • Imiyalelo
        • Ngemiyalelo ngaphambi kokulayisha, cofa lapha

        1. Cofa inkinobho yokuGcwalisa kuleli khasi ukuqala ukugcwalisa, noma ukukhetha ulimi oluhlukile kuhlu lokwehlisela-phansi.
        2. Yenza okunye kwalokhu okulandelayo:
          • Ukuqala ukulayisha manje, cofa Run.
          • Ukugcina ukugcwaliswa kwikhompyutha yakho ngokuthi ulayishe ngesinye isikhathi, cofa Gcina
        • Emva kwemiyalelo yokulayisha, cofa lapha

        • Ngezinkinga Ezaziwayo, cofa lapha

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe