Internet Explorer

    I-Internet Explorer 10 ye-Windows 7 Isibuyekezo sebhithi engu-64 kanye ne-Windows Server 2008 R2 Isibuyekezo sebhithi engu-64

    Shintsha Ulimi
    I-Internet Explorer 10 iyashesha futhi iyashelela, futhi yenza amawebhusayithi akho aqhakaze futhi asebenze njengama-app endawo ku-PC yakho.
    • Uhlelo:

      10.0.9200.16521

      Igama Lefayela:

      IE10-Windows6.1-x64-zu-za.exe

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      25-02-2013

      Usayizi Wefayela:

      43.1 MB

      Ama-Athikili eKnowledge Base (KB) KB2718695

        I-Internet Explorer 10. Iyashesha futhi iyashelela eye-Windows 7.
        • Iyashesha: I-Internet Explorer 10 isebenzisa amandla angakasetshenziswa e-PC yakho, ikulethela amakhasi agcwele imifanekiso egqamile, ividiyo eshelela kakhudlwana, kanye nokuqukethwe okusebenzisanayo.
        • Ilula: Jabulela iwebhu ngendlela ofuna ngayo ngamasayithi aqhaniwe, Ukuhlola Isipelingi okwakhelwe ngaphakathi, kanye nokuhlanganisa okushelelayo ne-PC yakho esebenzisa i-Windows 7.
        • Iphephe Kakhudlwana: Izici ezithuthukisiwe ezifana neSicwengi se-SmartScreen kanye noKuvikeleka Kokulandelela zikuvumela ukuba uqaphele izinto ezisongela i-PC yakho nobumfihlo bakho.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows 7 Service Pack 1

        • Ikhompyutha/ Iphrosesa: Ikhompyutha enephrosesa engu-233MHz noma ngaphezulu (kunconywa iphrosesa ye-Pentium)
        • Inkumbulo: u-512MB
        • Isikhala Sehadi Drayivu:u-70MB
        • Isibonisi: I-Super VGA (800 x 600) noma imonitha enokucaca okungaphezulu enemibala engu-256.
        • Okuxhunywayo: Imodemu noma uxhumano lwe-Inthanethi; Ingundane lakwa-Microsoft, i-Microsoft IntelliMouse, noma idivayisi ehambelanayo.
    • Imiyalelo
        1. Qhafaza inkinobho ethi Ehlisa kuleli khasi ukuze uqalise ukwehlisa.
        2. Enza okunye kokulandelayo:
          • Ukuze uqalise ukufaka ngokushesha, qhafaza okuthi Vula noma okuthi Sebenzisa lolu hlelo endaweni yalo yamanje
          • Ukuze ukopishe okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakwe ngokuhamba kwesikhathi, qhafaza okuthi Londoloza noma Londoloza lolu hlelo kudiski

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe