Landa isiphequluli esisheshayo nesisebenza ngokushelela esinconyelwa i-Windows 7.
IE11-Windows6.1-x86-zu-za.exe
I-Internet Explorer 11. Iyashesha futhi iyashelela eye-Windows 7.
- Iyashesha: Iyashesha ekulayisheni amasayithi futhi iyashelela njengoba uwaphequlula.
- Ilula: Ayinazo izihixi ku-Windows, ivele isebenze ngendlela ofuna ngayo.
- Iphephe Kakhudlwana: Isivikelo esingcono sokunqanda usongo kanye nobumfihlo obungcono ku-Inthanethi.
Ama-Operating System Asekelwe:
Windows 7 Service Pack 1
- Ikhompyutha/ Iphrosesa: Ikhompyutha enephrosesa engu-233MHz noma ngaphezulu (kunconywa iphrosesa ye-Pentium)
- Inkumbulo: u-512MB
- Isikhala Sehadi Drayivu:u-70MB
- Isibonisi: I-Super VGA (800 x 600) noma imonitha enokucaca okungaphezulu enemibala engu-256.
- Okuxhunywayo: Imodemu noma uxhumano lwe-Inthanethi; Igundane lakwa-Microsoft, i-Microsoft IntelliMouse, noma idivayisi ehambelanayo.
- Qhafaza inkinobho ethi Ehlisa kuleli khasi ukuze uqalise ukwehlisa.
- Enza okunye kokulandelayo:
- Ukuze uqalise ukufaka ngokushesha, qhafaza okuthi Vula noma Sebenzisa lolu hlelo endaweni yalo yamanje
- Ukuze ukopishe okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakwe ngokuhamba kwesikhathi, qhafaza okuthi Londoloza noma Londoloza lolu hlelo kudiski