Windows

    Windows Vista Language Interface Pack

    Shintsha Ulimi
    I-Windows Vista Language Interface Pack (LIP) ihlinzeka nge-User Interface evunyelaniswe nendawo ngokwengxenye yezindawo i-Windows Vista evame ukusetshenziswa kabanzi kuzo
    • Uhlelo:

      1.0

      Igama Lefayela:

      LIP_zu-ZA.mlc

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      25-11-2008

      Usayizi Wefayela:

      2.7 MB

        I-Windows Vista Language Interface Pack (LIP) ye-Windows Vista ihlinzeka ngohlelo oluhunyushwe ngokwengxenye lwe-Windows esetshenziswa kabanzi. Ngemva kokufaka i-LIP, umbhalo okumawizadi, amabhokisi edayalogi, amamenu, izihloko zoSizo nokuXhaswa, kanye nezinye izinto kwi-interface yomsebenzisi kuzoboniswa ngolimi lwe-LIP. Umbhalo ongahunyushwanga uzoba ngolimi oluyisisekelo lwe-Windows Vista. Ngokwesibonelo, uma uthenge uhlelo lweSipanishi lwe-Windows Vista, wase ufaka i-Catalan LIP, eminye imibhalo izahlala iyiSipanishi. Ungafaka ama-LIP angaphezu kweyodwa, ngakho umsebenzisi ngamunye wekhompyutha angabonisa i-user interface ngolimi aluthandayo.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows Vista

        • Microsoft Windows Vista
        • I-User interface ngolimi (izilimi) ezilandelayo: IsiNgisi
        • 4.63 Mb esikhala esikhala esingenalutho sokulandwa
        • 15 Mb esikhala esingenalutho sokuhlelwa

        Amapulatifomu Asekelwayo: Ama-LIPS asebenza kuphela ngezinhlelo ze-32-bit ze-Windows Vista futhi awanakufakwa ezinhlelweni zangesikhathi esidlule ze-Windows noma ezinhlelweni ezingama-64-bit ze-Windows Vista.
        1. Chofoza inkinobho Yokulanda kuleli khasi ukuze uqalise ukulanda, noma ukhethe ulimi oluhlukile ohlwini olubheke ezansi bese uchofoza Hamba.
        2. Yenza okunye kwalokhu okulandelayo:
          • Ukuze uqale ukufaka uhlelo ngokushesha, chofoza u-Vula noma u-Vula lolu hlelo endaweni olukuyo njengamanje.
          • Ukuze ukopishe ukulanda ekhompyutheni yakho ukuze ufake uhlelo ngesinye isikhathi, chofoza u-Gcina noma u-Gcina lolu hlelo kwidiski.
    • Imithombo Ehlobene

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe