Trace Id is missing

I-Windows 8.1 Language Interface Pack (LIP)

I-Windows 8.1 Language Interface Pack (LIP) inikezela nge-User Interface ihlalisiwe ingxenye endaweni kwizindawo ezisetshenziswa kakhulu ze-Windows 8.1.

Okubalulekile! Ukukhetha ulimi olungezansi kuzoshintsha okuqukethwe kwekhasi eliphelele kulolo limi.

  • Inqulo:

    1.0

    Usuku Okushicilelwe Ngayo:

    2013-11-12

    Igama Lefayela:

    LIP_zu-ZA-32bit.mlc

    LIP_zu-ZA-64bit.mlc

    Usayizi wefayela:

    2.7 MB

    4.1 MB

    I-Windows Language Interface Pack (LIP) ikunikeza inguqulo ehunyushwe ingxenye yezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows. Emva kokufaka i-LIP, izihloko zombhalo kuwizadi, amabhokisi omyalezo, amamenyu, nosizo nokusekela kuzoboniswa kulimi lwe-LIP. Umbhalo ongahumushiwe uzoba uncwelana lolimi ye-Windows 8.1. Ngokwesibonelo, uma uthenge inguqulo yesiPenishi ye-Windows 8.1, futhi wafaka i-Catalan LIP, eminye imibhalo izovela ngesiPenishi. Ungafaka i-LIP engaphezu kweyodwa kulimi olulodwa lwesisekelo. Ama-LIP e-Windows angafakwa kuzo zonke izinguqulo ze-Windows 8.1.
  • Amasistimu Asekelwe Okusebenza

    Windows 8.1

    • Ukuze uthole izimfuneko zesistimu, chofoza lapha

    • Ukuze uthole iziqondiso zangaphambi kokufaka, chofoza lapha

    1. Chofoza inkinobho landa kuleli khasi ukuqalisa ukulanda, noma khetha ulimi olwehlukile kusuka ohlwini olwehlayo.
    2. Yenza okunye kwalokhu okulandelayo:
      • Ukuqala ukufaka ngokushesha, chofoza Sebenzisa.
      • Ukugcina ukulanda kwikhompyutha yakho ukuze ufake ngemva kwesikhathi, chofoza Gcina
    • Ngemva kweziqondiso zangemuva kokufaka, chofoza lapha

    • Ukuthola okumayelana nezinkinga ezaziwayo, chofoza lapha