I-Windows 8 Language Interface Pack (LIP) inikezela nge-User Interface ihlalisiwe ingxenye endaweni kwizindawo ezisetshenziswa kakhulu ze-Windows 8.
Note:There are multiple files available for this download.Once you click on the "Download" button, you will be prompted to select the files you need.
LIP_zu-ZA-32bit.mlc
LIP_zu-ZA-64bit.mlc
Ipheki Yokusebenzisana Yolimi ye-Windows (LIP) inikeza inguqulo ehunyushwe ingxenye yezindawo ezisebenziswa jikelele ze-Windows. Emva kokufaka i-LIP, izihloko zombhalo kuwizadi, amabhokisi omyalezo, amamenyu, Nosizo Nokusekela zizoboniswa kulimi lwe-LIP. Umbhalo ongahumushiwe uzoba uncwelana lolimi ye-Windows 8. Isibonelo, uma uthenge isilandiso se-Spanish se-Windows 8, futhi walayisha i-Catalan LIP, eminye imibhalo izohlala ikwi-Spanish. Ungafaka i-LIP edlula eyodwa kulimi lwesisekelo olulodwa. Ama-LIP e-Windows angafakwa kuzo zonke izinguqulo ze-Windows 8.
Ama-Operating System Asekelwe:
Windows 8
- Izidingo zohlelo, cofa lapha
- Ngemiyalelo ngaphambi kokulayisha, cofa lapha
- Cofa inkinobho yokuGcwalisa kuleli khasi ukuqala ukugcwalisa, noma ukukhetha ulimi oluhlukile kuhlu lokwehlisela-phansi.
- Yenza okunye kwalokhu okulandelayo:
- Ukuqala ukulayisha manje, cofa Run.
- Ukugcina ukugcwaliswa kwikhompyutha yakho ngokuthi ulayishe ngesinye isikhathi, cofa Gcina
- Emva kwemiyalelo yokulayisha, cofa lapha
- Ngezinkinga Ezaziwayo, cofa lapha