This is the Trace Id: 65c19a2045b6fa1adc736cca6b65055e

I-Internet Explorer 11 ye-Windows 7 Isibuyekezo sebhithi engu-64 kanye ne-Windows Server 2008 R2 Isibuyekezo sebhithi engu-64

Landa isiphequluli esisheshayo nesisebenza ngokushelela esinconyelwa i-Windows 7.

Okubalulekile! Ukukhetha ulimi olungezansi kuzoshintsha okuqukethwe kwekhasi eliphelele kulolo limi.

Landa
  • Inqulo:

    11.0.0.0

    Usuku Okushicilelwe Ngayo:

    2024-06-13

    Igama Lefayela:

    IE11-Windows6.1-x64-zu-za.exe

    Usayizi wefayela:

    54.7 MB

    Imibhalo ye-KB:

    KB2841134

    I-Internet Explorer 11. Iyashesha futhi iyashelela eye-Windows 7.
    • Iyashesha: Iyashesha ekulayisheni amasayithi futhi iyashelela njengoba uwaphequlula.
    • Ilula: Ayinazo izihixi ku-Windows, ivele isebenze ngendlela ofuna ngayo.
    • Iphephe Kakhudlwana: Isivikelo esingcono sokunqanda usongo kanye nobumfihlo obungcono ku-Inthanethi.
  • Amasistimu Asekelwe Okusebenza

    Windows 7 Service Pack 1, Windows Server 2008 R2 SP1

    • Ikhompyutha/ Iphrosesa: Ikhompyutha enephrosesa engu-233MHz noma ngaphezulu (kunconywa iphrosesa ye-Pentium)
    • Inkumbulo: u-512MB
    • Isikhala Sehadi Drayivu:u-70MB
    • Isibonisi: I-Super VGA (800 x 600) noma imonitha enokucaca okungaphezulu enemibala engu-256.
    • Okuxhunywayo: Imodemu noma uxhumano lwe-Inthanethi; Igundane lakwa-Microsoft, i-Microsoft IntelliMouse, noma idivayisi ehambelanayo.
    1. Qhafaza inkinobho ethi Ehlisa kuleli khasi ukuze uqalise ukwehlisa.
    2. Enza okunye kokulandelayo:
      • Ukuze uqalise ukufaka ngokushesha, qhafaza okuthi Vula noma Sebenzisa lolu hlelo endaweni yalo yamanje
      • Ukuze ukopishe okwehlisiwe kukhompyutha yakho ukuze kufakwe ngokuhamba kwesikhathi, qhafaza okuthi Londoloza noma Londoloza lolu hlelo kudiski