Office

    I-Microsoft® Office Language Interface Pack 2013 – IsiZulu

    Shintsha Ulimi
    I-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu ikunika Ukusebenzisana Komsebenzisi okuhunyushiwe kwezinhlelo eziningi ze-Microsoft Office 2013.
    • Note:There are multiple files available for this download.Once you click on the "Download" button, you will be prompted to select the files you need.
      Uhlelo:

      2013

      Igama Lefayela:

      languageinterfacepack-x86-zu-za.exe

      languageinterfacepack-x64-zu-za.exe

      Usuku Ekhishwe Ngalo:

      15-03-2013

      Usayizi Wefayela:

      14.7 MB

      15.1 MB

        I-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu ikunika Ukusebenzisana Komsebenzisi okuhunyushiwe kwezinhlelo eziningi ze-Microsoft Office 2013:

      • I-Microsoft Excel® 2013

      • I-Microsoft OneNote® 2013

      • I-Microsoft Outlook® 2013

      • I-Microsoft PowerPoint® 2013

      • I-Microsoft Word® 2013


      • Ngokusebenzisa i-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu, abasebenzisi bangasebenza ekufakeni kwasekuqaleni okusekelwe kwesibuyekezo solimi lwezinhlelo ze-Office bese bebuka imiyalo kanye nezinketho zalezo zinhlelo - ngesiZulu.

        Phakathi nokufakwa kwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2013, amafayela avumela abasebenzisi ukuba baguqule ulimi lokusebenzisana lomsebenzisi ayakopishwa endaweni aya kuyo kuhadi-diski. Ngemva kokufakwa, izinketho zamakhono kanye nokuhambisanayo kwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu zitholakala ngaphakathi ezinhlelweni ze-Office 2013 kanye nasohlelweni Lwamasethingi Olimi lwe-Microsoft Office 2013.
    • Ama-Operating System Asekelwe:

      Windows 7, Windows 8

          I-Microsoft Windows 7 - 32 noma 64 bit OS
          I-Microsoft Windows 8 - 32 noma 64 bit OS
          Qaphela: Sicela uqinisekise ukuthi ufaka okwamuva kwe-Service Packs yeSistimu Yokusebenza yakho ukuze uqinisekise ukusekela okungcono kolimi lwakho.

        Isofthiwe Noma yisiphi isibuyekezo senhlanganisela ye-Office 2013 noma okuzimele okuqukethe i-Microsoft Excel, i-Microsoft OneNote, i-Microsoft Outlook, i-Microsoft PowerPoint noma i-Microsoft Word noma esizosekela i-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu. Qaphela: Sicela uqinisekise ukuthi ufaka okwamuva kwe-Microsoft Office Service Packs kumkhiqizo yakho ye-Microsoft Office. Lokhu kuzoqinisekisa okuhlanganwe nakho okungcono kakhulu komsebenzisi.

        Ikhompyutha neProsesa Iprosesa eyi-1 GHz enokusekela kwe-SSE2 noma ngaphezulu; i-RAM engu-2 GB noma ngaphezulu

        Isikhala sediski Ngaphezu kwesikhala sehadi-diski esisetshenziswa izinhlelo ze-Office 2013,
      • Isikhala sehadi-diski esitholakalayo esingu-3 GB.

      • Zonke ezinye izimfuneko zesistimu ziyefana nalezo zezinhelo ze-Office 2013 ozisebenzisa ne-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu.


      • I-Windows Language Interface Pack Kunconywa ukuba ufake okwamuva kwe-Windows 7 noma i-Windows 8 Language Interface Packs ukuze uthole ukusekela kolimi okungcono kakhulu kweSistimu yakho Yokusebenza kanye nezinhlelo zesofthiwe.

        Amasethingi Okucaca Kwemonitha kanye ne-DPI Amafonti amaningi akhiwe ukuze afundeke ngokusezingeni ngokucaca okungu-1366 x 768. Uma unenkinga yokufunda ifonti yolimi lwakho sicela ubuyekeze amasethingi esibonisi sakho kulokhu kucaca noma kube phezulu uma kudingekile. Sicela uqaphele: sincoma ukuba usebenzise izinhlelo ze-Office 2013 kusethengi emisiwe ye-DPI ye-Windows - 96 DPI. Ukusebenzisa isethingi ye-120 DPI kungase kubangele ukuba i-Office ingasebenzi kahle kwezinye izinhlelo ze-Office ngokunyusa ubungako bezingxoxo ze-Office.

        Izinketho Zesifunda noLimi Ngaphezu kwalokho kunconywa ukuba zonke Izinketho Zesifunda noLimi kuPhaneli Yokulawula ukuba zimiselwe olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 - IsiZulu.

      • Ukuze fake lokhu kwehlisa:
        1. Ehlisa ifayela elithi LanguageInterfacePack.exe ngokuqhafaza inkinobho ethi Ehlisa (ngaphezulu) bese ulondoloza ifayela kuhadi-diski yakho.
        2. Qhafaza kabili ifayela lohlelo oluthi LanguageInterfacePack.exe kuhadi-diski yakho ukuze uqalise uhlelo lokuHlela ngokumisa.
        3. Landela iziqondiso ezikusikrini ukuze uqedele ukufaka.
        4. Uma selifakiwe ifayela likaNgifunde le-Microsoft Office 2013 Language Interface Pack yakho lingatholakala ku-C:\Program Files\Common Files\microsoft shared\OFFICE15\1077\LIPread.htm.
        5. Ukubuyekezwa kwe-Office 2010 nge-Office 2010 Language Interface Pack noma isibuyekezo sangaphambili se-Office 2013 nge-Office 2013 Language Interface Pack akusekelwe. Uma ufuna ukubuyekeza ukufaka kwakho okuyisisekelo kwe-Office 2010 kuya ku-Office 2013 nge-Office 2013 Language Interface Pack kufanele:
          • Khipha i-Office 2010 Language Interface Pack.
          • Sebenzisa ukuhlela ngokumisa kwe-Office 2013 bese ukhetha ukhetho lokubuyekeza.
          • Lapho ukuhlela ngokumisa kwe-Office 2013 sekuqedile, faka bese umisa i-Office 2013 Language Interface Pack.



        Ukwenza umkhiqizo wakho we-Office usebenze:
        Uma unenkinga yokufunda yonke Ikhodi Yokufaka engxoxweni ethi "Iseluleki Sokuvula se-Microsoft Office", noma yonke ikhodi yokufaka ayibonakali kahle lapho usebenzisa i-Microsoft Office Language Interface Pack 2013, sicela ukhansele iseluleki bese uguqulela kumkhiqizo wakho wolimi oluyisisekelo ukuze wenze umkhiqizo wakho we-Microsoft Office usebenze.

        Iziqondiso zokusebenzisa:
        Ukuze uguqule Ukusebenzisana Komsebenzisi kwakho kube ulimi lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 – IsiZulu, landela lezi zinyathelo:

        1. Qalisa I-Microsoft Office 2013 Language Preferences kusuka kumenyu ethi Qala\Zonke Izinhlelo\I-Microsoft Office\Amathuluzi e-Microsoft Office.
        2. Ngaphansi kokuthi Khetha Izilimi Zokubonisa nezoSizo, ngaphansi kokuthi Ulimi Lokubonisa khetha ulimi oludingekayo bese uqhafaza inkinobho ethi Misa Njengokumisiwe.
        3. Ngaphansi kokuthi Khetha Izilimi Zokuhlela, khetha ulimi oludingekayo bese uqhafaza inkinobho ethi Misa Njengokumisiwe.
        4. Qhafaza i- Kulungile inkinobho.


        Amasethingi olimi owakhethile azoqala ukusebenza ngesikhathi esizayo lapho uqalisa izinhlelo ze-Office.
        Qaphela: Usizo alukwazi ukuguqulelwa olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 – IsiZulu. Usizo luyohlala njalo lungolimi lokufaka kwasekuqaleni.
        Misa njalo isibonisi sakho sosizo ohlwini olwehliswayo lolimi oluyisisekelo.

        Ukuze ukhiphe lokhu kwehlisa:
      • Shiya zonke izinhlelo ze-Microsoft Office.
      • Qhafaza kabili uphawu oluthi Izinhlelo neZici kuPhaneli Yokulawula ye-Windows.
      • Ekukhetheni okuthi Khipha noma Uguqule Uhlelo, qhafaza i-Microsoft Office Language Interface Pack 2013 – IsiZulu ebhokisini elithi Izinhlelo ezifakiwe okwamanje, bese ukhetha okuthi Khipha.
      • Landela iziqondiso ezikusikrini.

    Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

    Loading your results, please wait...

    Izibuyekezo ze-PC zamahhala

    • Amapheshi okuphepha
    • Izibuyekezo zesofthiwe
    • Amaphakethe esevisi
    • Amadrayiva ehadiwe