Office

i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010 – isiZulu

Shintsha Ulimi
i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu ihlinzeka uxhumano lomsebenzisi wesiZulu ngezinhlelo eziningi zeMicrosoft Office 2010.
  • Imininingwane

    Uhlelo:
    Usuku Ekhishwe Ngalo:

    1

    27-07-2011

    Igama Lefayela:
    Usayizi Wefayela:

    languageinterfacepack-x86-zu-za.exe

    15.1 MB

    languageinterfacepack-x64-zu-za.exe

    16.9 MB

    O14LipHelp.chm

    207 KB

      i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu ihlinzeka uxhumano lomsebenzisi wesiZulu:
      • Microsoft Office Excel 2010

      • Microsoft Office OneNote 2010

      • Microsoft Office Outlook 2010

      • Microsoft Office PowerPoint 2010

      • Microsoft Office Word 2010
  • Izimfuneko Zesistimu

    Ama-Operating System Asekelwe:

    Windows 7, Windows Vista, Windows XP

      • Isofthiwe edingekayo: Nanoma iyiphi isethi noma ikhophi ezimele yodwa ye-Microsoft Office 2010 equkethe uhlelo olulodwa noma eziningi kwezilandelayo: i-Excel, i-OneNote, i-Outlook, i-Powerpoint noma i-Word.
      • Isikhala sediski esidingekayo: Ngaphezu kwesikhala sehadiski esisetshenziswe yizinhlelo ze-Office 2010 ezisandakufakwa, kudingeka amamigabhaythi angama-20 esikhala esikhona.
  • Imiyalelo

      Ukufaka lo mehliso:
      1. Yehlisa ifayela le- LanguageInterfacePack.exe ngokuqhafaza inkinobho Yokwehlisa (ngenhla) bese ulondoloza ifayela kwihadiski yakho.
      2. Qhafaza kabili ifayela lohlelo lwe- LanguageInterfacePack.exe kwihadiski yakho ukuqalisa uhlelo Misa Kahle.
      3. Landela imiyalelo esikrinini ukuqedela ukufaka uhlelo.
      4. Uma selifakiwe ifayela yengifunde le-Microsoft Office 2010 Language Interface Pack yakho lingatholakala ku C:\ProgramFiles\Common Files\microsoft shared\OFFICE14\LCID\LIPread.htm
      5. Ukubuyekeza i-Office 2007 ne-Office 2007 Language Interface Pack noma isishicilelo sokuqala se-office 2010 ne-Office 2010 language Interface Pack akusekelwe. Uma ufisa ukubuyekeza ukufakwa kokuqala kwe-Office 2010 kwi-Office ne-Office language Interface Pack kumele:
        • Ukhiphe ukumiswa kwe-Office 2007 Language Interface Pack
        • Sebenzisa i-Office 2010 bese uqoka ukhetho lokubuyekeza.
        • Uma ukufaka i-Office 2010 kuqedile, faka uhlelo bese umisa i-Office 2010 Language Interface Pack


        • Ukwenza umkhiqizo wakho we-Office usebenze:
        • Uma unenkinga yokufunda yonke iKhodi yokufaka engxoxweni "ye-Microsoft Office Activation Wizard", noma yonke ikhodi yokufaka ingakhombisi kahle lapho usebenzisa i-Microsoft® Office Language Interface Pack 2010, khansela iseluleki bese uguqukela umkhiqizo lwakho ukwenza umkhiqizo English US wakho we-Microsoft Office usebenze.


      Imiyalelo okumele isetshenziswe:

      Ukuguqulela uxhumano nomsebenzisi wakho we-Interface olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu, landela lezi zinyathelo:

      1. Qalisa Izinketho zakho ze-Microsoft Office 2010 kwimenyu Qalisa\Zonke Izinhlelo\Microsoft Office\Microsoft Office Tools .
      2. Ngaphansi Khetha Bonisa NoSiza Izilimi, ngaphansi Bonisa ulimi khetha ulimi oludingekayo bese uqhafaza inkinobho yokuHlela Ngokumisiwe.
      3. Ngaphansi Khetha izilimi zokuhlela, khetha ulimi oludingayo bese uqhafaza inkinobho Hlela Ngokumisiwe.
      4. Qhafaza inkinobho u-OK.

      Izimiso zolimi ozikhethile zizoqala ukusebenza ngesikhathi esizayo uma uqalisa izinhlelo ze-Office.
      Qaphela: Usizo alunakuguqulelwa olimini lwe-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu. Usizo luyohlala lusolimini lwakho olwafakwa ekuqaleni.
      Njalo misa umboniso wakho wosizo ohlwini lomehliso olimini lokuqala.

      Ukususa lo mehliso:
        Landela lezi zinyathelo kwi-Windows XP noma kwi-Professional Edotion:
      1. Phuma kuzo zonke izinhlelo.
      2. Qhafaza kabili uphawu eZinhlelweni YeNgeza noma Susa kwiPhaneli Yokulawula i-Windows.
      3. Qhafaza Microsoft Office Language Interface Pack 2010 ebhokisini ebhokisini lezinhlelo ezifakwe manje bese uqhafaza inkinobho yokuSusa.
      4. Landela imiyalelo esikrinini.

        Landela lezi zinyathelo kwiWindows Vista noma KwiWindows 7:
      1. Phuma kuzo zonke izinhlelo.
      2. Qhafaza kabili uphawu IziNhlelo Nezibaluli kwiPhaneli Yokulawula i-Windows.
      3. Okhethweni Khipha noma Guqula uHlelo, qhafaza i-Microsoft Office Language Interface Pack 2010– isiZulu ebhokisini Lezinhlelo ezisandukufakwa bese uqoka ukhethi ukhethi Khipha.
      4. Landela imiyalelo esikrinini.



      Uma ungakwazi ukubuka okuqukethwe kwefayela le-CHM ngemva kokulilanda, ungenza izinyathelo ezilandelayo ezizokuvumela ukubuka okuqukethwe :
      1. Vula ifolda lapho ulandele khona ifayela le-CHM.
      2. Chofoza ngakwesokudla ku-CHM futhi kusuka kumenu evelayo, khetha Izici.
      3. Ku-Ithebhu ejwayelekile, chofoza inkinobho yokukhulula bese uchofoze inkinobho KULUNGILE.
      4. Chofoza kabili kufayela le-CHM bese manje uzokwazi ukubona okuqukethwe kwalo.

Amafayela Alandwayo Athandwa Kakhulu

Izibuyekezo ze-PC zamahhala

  • Amapheshi okuphepha
  • Izibuyekezo zesofthiwe
  • Amaphakethe esevisi
  • Amadrayiva ehadiwe
Vula iZibuyekezo ze-Microsoft
vala
moreinfo